>  Books  >   School  >   School Textbooks & Study Guides  >  Isizulu Sethu : Ibanga 10 : Incwadi Yomfundi
Isizulu Sethu : Ibanga 10 : Incwadi Yomfundi


Isizulu Sethu : Ibanga 10 : Incwadi Yomfundi

1 Offer from:   R 109.00

Brand: Unbranded
Model: PLID36758412
Last Updated: 2020-06-17

Product Information

lsiZulu (Zulu) Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi ( Learner Book) nencwadi kaThisha. Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). lsiZulu (Zulu) Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi ( Learner Book) nencwadi kaThisha. Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi uthisha nabo abazokuzuza kweyabo . Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. Kukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan). Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.



EAN: 9780796053237
Load Time: 1 seconds