>  Books  >   School  >   School Textbooks & Study Guides  >  Kade Babekhala Idrama namanothi : Grade 10
Kade Babekhala Idrama namanothi : Grade 10 - 12: Drama and study notes


Kade Babekhala Idrama namanothi : Grade 10 - 12: Drama and study notes

1 Offer from:   R 135.00

Brand: Unbranded
Model: PLID36548312
Last Updated: 2020-06-06

Product Information

Le drama iphawula ngodaba olubucayi futhi olusematheni lokuhlukumeza ngokocansi nangokomoya okwenziwa ngabanye bothisha kwabanye abafundi. Igcizelela imiphumela emibi ukuhlukunyezwa okunakho esithunzini nasekusebenzeni kwabafundi esikoleni. Le drama iphawula ngodaba olubucayi futhi olusematheni lokuhlukumeza ngokocansi nangokomoya okwenziwa ngabanye bothisha kwabanye abafundi. Igcizelela imiphumela emibi ukuhlukunyezwa okunakho esithunzini nasekusebenzeni kwabafundi esikoleni. Umlobi usebenzise ikhono eliphakeme lokusethulela izigameko eziphakamisa amaphaphu, zenze ofunda incwadi alangazelele ukuzwa ukuthi kazi umhlukumezi okulo mdlalo uzogcina esitholile yini isijeziso esimfanele. Okuncomeka kakhulu kulo mdlalo yikhono lombhali lokudidiyela izindikimba ezikhuluma ngezinselelo ezibhekene nemiphakathi yakuleli kulezi zinsuku, njengokucwaswa nokuhlukunyezwa kwabantu bokufika kuleli, ukuzibulala kwentsha, ukuzenyeza ngenxa yokuba negciwane lengculazi, utshwala nezidakamizwa, njalo njalo. Ngesikhathi esifanayo, umlobi uyakugwema ukushumayela ingcaca kule drama. Lokhu kwenza ukuba kube mnandi ukuyifunda le drama. Uzokuthola kunzima ukuyibeka phansi ungakezwa ukuthi izigameko ezikhuphula amaphaphu ziphetha kanjani. Le drama yathola umklomelo emncintiswaneni owawuhlelwe ngokubambisana ngabakwaMaskew Miller Longman noMnyango Wobuciko Namasiko (KwaZulu-Natali). Umlobi wayo, u-Euclene Busisiwe Maphumulo nguqweqwe lukathisha. Yincwadi yakhe yokuqala lena ukushicilelwa. This play comments on the sensitive, topical issue of sexual and emotional abuse of some learners by teachers. The writer handles her sensitive theme with exceptional dexterity, keeping readers in suspense and eager to find out whether the perpetrator of extreme cruelty will eventually receive

punishment that he rightfully deserves. The play was awarded a prize in a joint competition run by Maskew Miller Longman and the Department of Arts and Culture (Kwa-Zulu Natal).



EAN: 9780636113510
Load Time: 0 seconds