>  Books  >   Children & Young Adult  >   Childrens Books  >  Football Cup
Football Cup


Football Cup

1 Offer from:   R 142.00

Brand: Unbranded
Model: PLID42854892
Last Updated: 2020-06-06

1 Offer For Football Cup
R ?  
Stock Unknown
Takealot
View Offer >

Product Information

Le noveli igqamisa ukuhlukunyezwa kwamalungelo abantu besifazane nezingane ngenxa yokubuka izinto ngeso lakudala. Ngokwezinkolelo zasendulo, intombazane kufanele ilotsholwe ukuze uyise athole umhlambi wezinkomo ozogcwalisa isibaya. Le noveli igqamisa ukuhlukunyezwa kwamalungelo abantu besifazane nezingane ngenxa yokubuka izinto ngeso lakudala. Ngokwezinkolelo zasendulo, intombazane kufanele ilotsholwe ukuze uyise athole umhlambi wezinkomo ozogcwalisa isibaya. Uma intombazane ihlulekile ukwenza lokho kuthathwa ngokuthi ayiyinto yalutho. Le noveli futhi ilubeka lugqame usizi oluthwalwa izingane ezizalwe ngaphandle komshado. Iveza izinselelo ezibhekene nalezi zingane, njengokuhlukumezeka ngokomoya nangokwengqondo ngokunjalo nokweswela ngokwezimali. Inika umfundi ithuba lokubona ngeso elijulile ubunzima obubhekene nomama abangashadile njengoba bezama ukukhulisa nokufundisa izingane zabo bengabodwana. Le noveli yathola umklomelo emncintiswaneni owawuhlelwe ngokubambisana ngabakwaMaskew Miller Longman noMnyango Wobuciko Namasiko (KwaZulu-Natali). Umlobi wayo, uNelisiwe Happiness Lungile Mazibuko uyazifela ngokubhala izinkondlo. Lona ngumsebenzi wakhe wokuqala ukushicilelwa. This novel highlights how a traditional way of looking at life can result in the violation of women's and children's rights. According to traditional beliefs, a girl child should get married with lobola so that her father can get a herd of cattle to fill his kraal. When she fails to do so, she is seen as a failure. The novel was awarded a prize in a joint competition run by Maskew Miller Longman

the Department of Arts and Culture (Kwa-Zulu Natal).



EAN: 9781783433360
Load Time: 1 seconds