>  Books  >   Children & Young Adult  >   Childrens Books  >  Grassland Food Chains
Grassland Food Chains


Grassland Food Chains

1 Offer from:   R 285.00

Brand: Unbranded
Model: PLID38982009
Last Updated: 2020-05-19

1 Offer For Grassland Food Chains
R ?  
Stock Unknown
Takealot
View Offer >

Product Information

Idrama ethi Singaphela Phela igeqa amagula ngezinto ezibaluleke kakhulu ezithinta ezenhlalo, umndeni nobudlelwano ezenza abafundi babambe ongezansi futhi bathole ugqozi. Zitholele ukuthi umndeni onokuthula, uthando nobunye uphumelela kanjani empilweni, ngokwenza izinto ndawonye. Idrama ethi Singaphela Phela igeqa amagula ngezinto ezibaluleke kakhulu ezithinta ezenhlalo, umndeni nobudlelwano ezenza abafundi babambe ongezansi futhi bathole ugqozi. Zitholele ukuthi umndeni onokuthula, uthando nobunye uphumelela kanjani empilweni, ngokwenza izinto ndawonye. Emva kokufunda le drama ungagqugquzeleka ukusebenzisa le ndlela yothando ezihlotsheni, abangani nakomakhelwane. Namuhla asikwazi ukulandela isaga esithi "uthando aluboni". Izithandani kufanele ziqikelele ngenxa yobhubhane lwengculazi nesandulela sayo. Izithandani kumele zihlole ukuthi azinagciwane yini ngaphambi kokuba ziye ocansini. Zitholele ukuthi uPhindo noMhawu balusingatha kanjani uthando kule drama. Le drama yathola umklomelo emncintiswaneni owawuhlelwe ngokubambisana ngabakwaMaskew Miller Longman noMnyango Wobuciko Namasiko (KwaZulu-Natali). Umlobi wayo, uLungile Gloria Buthelezi nguqweqwe lukathisha owabambisana nabanye abalobi eqoqweni lezindaba ezimfushane elithi Singadlala Abantu elashicilelwa ngowezi-2004. Singaphela Phela is a drama that explores a number of important social, family and relationship issues that readers will find fascinating and inspiring. For example, Phindi and Phindo are identical twins, but their individual ways of looking at life and doing things are not similar. They are two different people, each with their unique characteristics. The play was

a prize in a joint competition run by Maskew Miller Longman and the Department of Arts and Culture (Kwa-Zulu Natal).



EAN: 9781406284287
Load Time: 0 seconds